izindaba zesikhumba...unwabu lungashintsha umbala walo ngemizuzwana. lokhu likwenzela ukuzifihla...

2
Isikhumba sakho sikhulu kunazo zonke izingxenye zomzimba wakho. Siyasiza sikugcine upholile lapho kushisa, ufudumale lapho kubanda. 76 NOVEMBER 2018 - ACKERMANS Isikhumba sakho siyisitho somzimba esikhulu kunazo zonke. Eqinisweni, isikhumba somuntu ovamile singamamitha- skwele angu-2 uma sinwetshiwe. Amehlo akho yiwo anesikhumba esincane kakhulu. Singu- 0.02mm ugqinsi Siba sisha Njalo ngezinsuku ezingu-28 uthola isikhumba esisha. Ama-cell esikhumba esidala ayafa bese kungena afreshi, amasha. SINWEBEKA KAKHULU ZESIKHUMBA IZINDABA wesisindo somzimba wakho yisikhumba sakho. Intende yesandla sakho nengaphansi lonyawo lwakho zinogqinsi lwesikhumba olukhulu kunazo zonke ezinye. 1.5mm UGQINSI AMAJUNIYA KUPHELA! BANTWANA UMSEBENZI WESIKHUMBA SETHU 1 Sisibangela ukuba sizwe lapho sithintwa , ukuze sazi uma into ishisa, ibanda, irafu nokunye. 2 Sivikela imizimba yethu nezitho zethu, sigcine izinto ezimbi zingaphandle kwemizimba yethu, njemagciwane nokungcola okungasigulisa. Sibuye sigcine izinto ezinhle ngaphakathi, njengoketshezi olufana namanzi negazi. 3 Sisiza imizimba yethu ihlale ishisa kahle. Lapho sishiselwa kakhulu, siyajuluka ukuze sisisize siphole. Isikhumba sibuye sinciphise imithambo yegazi ukuze sifudumale. 4 Sisisiza ukuba senze (sikhiphe) umjuluko nokungcola.

Upload: others

Post on 01-Apr-2021

6 views

Category:

Documents


0 download

TRANSCRIPT

Page 1: IZINDABA ZESIKHUMBA...Unwabu lungashintsha umbala walo ngemizuzwana. Lokhu likwenzela ukuzifihla nokugwema izitha zalo, ukuba likhulume namanye amanwabu nalapho kushisa noma kubanda

Isikhumba sakho sikhulu kunazo zonke izingxenye zomzimba wakho.

Siyasiza sikugcine upholile lapho kushisa, ufudumale lapho kubanda.

76 NOVEMBER 2018 - ACKERMANS

Isikhumba sakho siyisitho somzimba

esikhulu kunazo zonke. Eqinisweni,

isikhumba somuntu ovamile

singamamitha- skwele angu-2 uma

sinwetshiwe.

Amehlo akho yiwo anesikhumba

esincane kakhulu.

Singu-0.02mm ugqinsi

Siba sishaNjalo ngezinsuku ezingu-28 uthola isikhumba

esisha. Ama-cell esikhumba esidala ayafa bese kungena afreshi, amasha.

SINWEBEKA KAKHULU

ZESIKHUMBAIZINDABA

wesisindo somzimba wakho

yisikhumba sakho.

Intende yesandla sakho nengaphansi

lonyawo lwakho zinogqinsi

lwesikhumba olukhulu kunazo

zonke ezinye.

1.5mm UGQINSI

AMAJUNIYA KUPHELA!

BANTWANA

UMSEBENZI WESIKHUMBA

SETHU1 Sisibangela ukuba sizwe

lapho sithintwa , ukuze sazi uma into ishisa, ibanda, irafu nokunye.

2 Sivikela imizimba yethu nezitho zethu, sigcine izinto ezimbi zingaphandle kwemizimba yethu, njemagciwane nokungcola okungasigulisa. Sibuye sigcine izinto ezinhle ngaphakathi, njengoketshezi olufana namanzi negazi.

3 Sisiza imizimba yethu ihlale ishisa kahle. Lapho sishiselwa kakhulu, siyajuluka ukuze sisisize siphole. Isikhumba sibuye sinciphise imithambo yegazi ukuze sifudumale.

4 Sisisiza ukuba senze (sikhiphe) umjuluko nokungcola.

Page 2: IZINDABA ZESIKHUMBA...Unwabu lungashintsha umbala walo ngemizuzwana. Lokhu likwenzela ukuzifihla nokugwema izitha zalo, ukuba likhulume namanye amanwabu nalapho kushisa noma kubanda

YINI ENIKA

ISIKHUMBA UMBALA WASO?Yithi: mel-uh-nun

I-Melanin yiyo enika isikhumba umbala waso. I- Melanin iwudayi othinta umbala wesikhumba,

amehlo nezinwele kubantu nakwezinye izilwane. Lo dayi uba yimibala ehlukene, kuye ngofuzo lomuntu. Uma isikhumba

sakho simnyama, uba ne-melanin eningi.

NOVEMBER 2018 - ACKERMANS

IHLA

NG

AN

ISW

E N

GU

-MART

INA POLL

EY AND SHAMILAH PET

ERSE

N IM

AGES

GALL

O IM

AGES

/GET

TY IM

AGES

SO

URC

ES KIDSH

EALT

H.O

RG, H

UFF

INGTO

NPO

ST.COM, A

AD.O

RG

1 Faka isigqoko esikhulu.2 Faka ukhilimu welanga njalo

emahoreni amabili.3 Gcobisa izindebe zakho ufake

nokhilimu welanga lapho ungaphandle.4 Ungabi selangeni ngamahora asemini.

VIKELA ISIKHUMBA SAKHO EKULINYAZWENI YILANGA

Uma isikhumba silimala sakha isicubu senxeba ukuze sizame

ukuzelapha sona. Isicubu senxeba asifani nesikhumba esivamile

– asinawo umjuluko noma izinwele, futhi

siba nombala ohlukile (omnyama noma

okhanyayo).

Ingaphansi kwe-dermis futhi ihlanganisa

isikhumba nemisipha namathambo.

Ingxenye engaphakathi yesikhumba. Uwathola

lapha ama-cell egazi, ama-follicle ezinwele

kanye nomjuluko.

Ingxenye engaphandle yesikhumba.

Umsebenzi wayo omkhulu ukuvikela.

UMUCU OMUHLE

Siba namaqhuqhuva lapho sigodola, sesaba, sithukile noma uma sizwa noma sibona into enhle. Imisipha engaphansi kwama-follicle ezinwele zethu iyashwabana (iba mincane), yenze izinwele zomzimba wethu zime. Nezilwane ziyaba namaqhuqhuva ukuze zibonakale zizinkulu ezitheni zazo (izilwane ezifuna ukuzidla).

ISIKHUMBA SEZILWANE

I-EPIDERMIS

I-HYPODERMIS

I-DERMIS

Zonke izinwele ezisemzimbeni wakho zikhula emashubhini amancane abizwa ngokuthi ama-follicle. Unama-follicle ezinwele emzimbeni wakho wonke, ngaphandle kwezindebe zakho, izintende zezandla zakho kanye nengaphansi lezinyawo zakho.

Kungani siba namaqhuqhuva?

IZICUBU ZAMANXEBA

3 WEMICU YESIKHUMBA

UMKHOMO

77

UNWABU

IXOXO

IBHERE LASEZINDAWENI

EZIBANDAYO

Unwabu lungashintsha umbala walo ngemizuzwana. Lokhu likwenzela ukuzifihla

nokugwema izitha zalo, ukuba likhulume namanye amanwabu

nalapho kushisa noma kubanda.

Amaxoxo awawaphuzi amanzi. Imizimba yawo imunca ngesikhumba sawo amanzi awadingayo. Isikhumba sawo sibuye sidonse umoya ocishe ube nguhhafu womoya awudingayo.

Amabhere asezindaweni eziban-dayo anesikhumba esimnyama ngaphansi kweziboya zawo ezim- hlophe ukuze adonse ukukhanya kwelanga bese ehlala efudumele.

Ungakhohliswa yisikhumba esiqinile sengwenya. Ngasemlonyeni wayo,

isikhumba sayo sizwela kakhulu ukudlula iminwe yethu.

AMABALA NEMIGQA EZILWANENI

ISIKHUMBA ESINGASEMLONYENI

WENGWENYA SIZWELA KAKHULU.

ISIKHUMBA ESIWUGQINSI 35cm – Ugqinsi lwesikhumba somkhomo lolo! Wugqinsi lolo oludlula ubude berula.