lingisa ujesu! · ngokusekela kwenu izithakazelo zombuso ngesa-ndla esivulekile. usizo lokuqala...
TRANSCRIPT
![Page 1: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/1.jpg)
IS IMISO SOKUBHALA AMAPHUZU
LINGISA UJESU!2015
UMhlangano WesifundaWoFakazi BakaJehova
![Page 2: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/2.jpg)
IMIHLANGANO EKHETHEKILEINKONZO YASEBETHEL Abamemezeli ababhapathizi-we abaneminyaka engu-35 ubudala kuya phansiabayizakhamuzi zaseNingizimu Afrika futhi abanga-thanda ukukhonza eBethel kufanele bahlele ukubakhona emhlanganweni wabanesifiso sokuya eBethelozoba ngoLwesihlanu ntambama. Indawo eqondilenesikhathi salo mhlangano kuyomenyezelwa kuse-ngaphambili.
ISIKOLE SABASHUMAYELI BEVANGELI LOMBUSO Ama-phayona aneminyaka ephakathi kuka-23 no-65 ane-sifiso sokwandisa inkonzo yawo amenywa ukubaabe khona emhlanganweni walabo abafisa ukufakaizicelo zokuya eSikoleni Sabashumayeli BevangeliLoMbuso ngeSonto ntambama. Indawo eqondile ne-sikhathi salo mhlangano kuyomenyezelwa kusenga-phambili.
UKWAZISWA KWABEZE EMHLANGANWENIABALINDI Abalindi babelwe ukuba banisize. Sicelanibambisane nabo ngokugcwele ngokulalela ukuqo-ndisa kwabo ngokuphathelene nokupakwa kwezi-moto, ukulawulwa kwabahamba ngezinyawo, uku-gcinwa kwezihlalo nokunye.
UBHAPATHIZO Abazobhapathizwa kufanele babe se-behlezi endaweni abagcinelwe yona ngaphambi ko-kuba kuqale inkulumo yobhapathizo ngoMgqibeloekuseni. Ngamunye kufanele aphathe ithawula nezi-ngubo zokungena emanzini ezinesizotha. Izihlaloezigcinelwe abazobhapathizwa ziyoba phambi kwe-ndawo yesikhulumi.
IMINIKELO Kuye kwaba izindleko ezinkulu ukulungi-selela izihlalo ezanele, imibhobho nezinye izinkonzoeziningi ezenza ukuba khona kulo mhlangano kuja-bulise futhi kusisize ukuba sisondele kuJehova. Imi-nikelo yenu yokuzithandela isiza ekuhlangabezaneninalezi zindleko nasekusekeleni umsebenzi womhla-ba wonke. Ukuze sinenzele lula, kuye kwabekwaamabhokisi eminikelo aphawulwe ngokucacile kuyoyonke indawo yomhlangano. Yonke iminikelo yazi-swa kakhulu. INdikimba Ebusayo ifisa ukunibongangokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile.
USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA.
OBEKULAHLEKILE KWATHOLAKALA Zonke izinto ezi-tholakele kufanele ziyiswe kulo mnyango. Uma ula-hlekelwe okuthile, yiya kulo mnyango futhi ukhombeokungokwakho. Abantwana abadukelene nabazalikufanele bayiswe kulo mnyango. Nokho, lo mnyangoakumelwe ubhekwe njengendawo yokugcina aba-ntwana. Sicela ninakekele abantwana benu futhi ni-bagcine benani.
IZIHLALO Sicela nicabangele abanye. Khumbulani,izihlalo zingase zigcinelwe kuphela labo ohambanabo emotweni, ohlala nabo ekhaya noma obafu-ndela iBhayibheli. Sicela ningabeki izinto ezihlalwe-ni okungekho muntu enimgcinela zona.
INKONZO YOKUZITHANDELA Uma ufisa ukusiza emse-benzini ohilelekile kulo mhlangano, sicela uye kulomnyango futhi uyoqondiswa lapho kudingeka khonausizo.
LINGISA UJESU!UMhlangano Wesifunda WoFakazi BakaJehova Ka-2015
Uhlelwe YiNdikimba Ebusayo YoFakazi BakaJehova
MAYELANA NALESI SIMISO SOKUBHALA AMAPHUZU Lesi yisimiso ongasisebenzisakumakhalekhukhwini noma kuyi-tablet, senza ukwazi ukuvula noma iyiphi inkulumo kanye nengomaeculwa ngalolo suku. Ukwenezela kulokho, ungakwazi ukuvula ikhasi lokubhala amaphuzu.
CO-pgminp15-ZU
![Page 3: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/3.jpg)
‘Fundani Kimi’—MATHEWU 11:29
EKUSENI
9:00 Umculo
9:10 INgoma No. 5 Nomthandazo
9:20INKULUMO KASIHLALO:Lingisa UJesu—Kungani KufaneleSimlingise Futhi Singamlingisa Kanjani?(Luka 6:40)
10:00 UCHUNGECHUNGE: Izifundo EsizitholaEmifanekisweni KaJesu
Qaphelani Izinyoni Neminduze(Math. 6:25-30)“Yibani Nosawoti Kini Ngokwenu”(Marku 9:50)Yakha Indlu Yakho Phezu Kwedwala(Luka 6:47-49)
10:50 INgoma No. 120 Nezaziso
11:00Landela Isibonelo SikaJesu—QhubekaUcela, Ufuna Futhi Ungqongqoza!(Luka 11:9-13; 22:41-44)
11:25INKULUMO EYISIHLUTHULELO:‘Kuye Kuthukuswe Yonke ImiceboYokuhlakanipha’(Kol. 2:2-4; Math. 5:17-20, 43-48)
11:55 INgoma No. 69 Nekhefu
NTAMBAMA
1:05 Ukwethulwa Kwe-videoYomculoEkhethekile
1:15 INgoma No. 56
1:20Hlabelela Izindumiso Ulingisa UJesu(Eks. 15:1, 2, 21; Math. 26:30;2 Kor. 8:12; Kol. 3:16)
1:45 UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJehovaNgokulingisa UJesu (Joh. 14:9)
“Susani Lezi Zinto Lapha!”(Joh. 2:13-17)“Waqala Ukugeza Izinyawo Zabafundi”(Joh. 13:3-5)“Hamba, Sathane!”(Math. 4:8-11)“Kufeziwe!”(Joh. 19:30; Isaya 55:10, 11)“Bayajabula Abanokuthula”(Math. 5:9; Luka 24:34)Buyiselani “Izinto ZikaNkulunkuluKuNkulunkulu” (Math. 22:15-22)
2:50 INgoma No. 80 Nezaziso
3:00IDRAMA: ‘Ngokuqinisekile UNkulunkuluWamenza INkosi NoKristu—INgxenye I(Marku 5:22-43; Luka 2:7-14, 42-47;4:1-30; 8:40-56)
3:35“Wazwiwa Ngomusa Ngenxa YokwesabaKwakhe Kokuhlonipha UNkulunkulu”(Heb. 5:7; Math. 10:27-31; 1 Pet. 3:14)
3:55UJesu Wazela “Ukufuna NokusindisaLokho Obekulahlekile”(Luka 15:4-10; 19:10)
4:30 INgoma No. 121 NomthandazoWokuphetha
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 4: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/4.jpg)
‘Yibani Nesimo Sengqondo EsifanayoNaleso UKristu Jesu Ayenaso’—ROMA 15:5
EKUSENI
9:00 Umculo
9:10 INgoma No. 79 Nomthandazo
9:20 UCHUNGECHUNGE:Lingisa UJesu, Hhayi USathane
Yiba Ophanayo(Luka 14:13, 14)Yiba Nokwazisa(Luka 7:44)Yiba Neqiniso(Math. 5:37)Yiba Qotho(Joh. 13:1; Efe. 4:24)
10:00 UCHUNGECHUNGE:Lingisa UJesu, Hhayi AbaFarisi
Yiba Ocabangelayo(Math. 23:23, 24)Thethelela(Math. 18:22; Joh. 21:15-17)Ungakhethi(Marku 10:13-15)Yiba Oqabulayo Kwabanye(Math. 11:28-30)
10:40 INgoma No. 54 Nezaziso
10:50 UCHUNGECHUNGE: Yenza UmsebenziUJesu Awenza (Math. 4:23)
Shumayela(Marku 1:38)Fundisa(Luka 24:32)Phulukisa(IzAga 12:18; Gal. 6:1)
11:25 INKULUMO YOBHAPATHIZO: “LandelaIzinyathelo Zakhe Eduze”—NgemvaKokubhapathizwa (1 Pet. 2:21)
11:55 INgoma No. 7 Nekhefu
NTAMBAMA
1:15 Umculo
1:25 INgoma No. 82
1:30 UCHUNGECHUNGE: Lingisa IndlelaUJesu Asebenzisa Ngayo AmandlaAbasha Bethu Esibathandayo(IzAga 20:29)Abathembekile Abangashadile(1 Kor. 7:32-35, 37)Abafazi Abayigugu(IzAga 14:1; 27:15, 16; 31:17)Amadoda Anothando(1 Kor. 11:3; Heb. 13:8)Abazali Abahlakaniphile(Marku 10:14, 16)Abadala Abanomusa(Jak. 5:16)
2:30 INgoma No. 137 Nezaziso
2:40 Landela UJesu, Kodwa Ungamlandeli‘Ukude’ (Luka 22:54)
3:05 Qeqesha, Uthembe Futhi UqiniseAbanye Njengoba Kwenza UJesu(Luka 8:1; 9:1; 10:1)
3:30IDRAMA ELALELWAYO:“Ngizele Lokhu Ezweni”(Joh. 18:37; Math. 21:23-46; 22:15-46)
3:55Hlomani Ngesimo SengqondoSikaKristu (Math. 4:8-10; 8:1-3;Joh. 2:13-17; 1 Pet. 4:1, 2)
4:30 INgoma No. 65 NomthandazoWokuphetha
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 5: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/5.jpg)
“Ngilandele Njalo”—MATHEWU 16:24
EKUSENI
9:00 Umculo
9:10 INgoma No. 84 Nomthandazo
9:20 UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani NothandoPhakathi Kwenu’ (Joh. 13:34, 35)
Bonisa Ukubekezela Nomusa(1 Kor. 13:4)Gwemani Umhawu Nokuzigabisa(1 Kor. 13:4)Lahla Ukuqhosha Nezenzo Ezingafanele(1 Kor. 13:4, 5)Yeka Ukuzicabangela NokucasulaAbanye (1 Kor. 13:5)Ungabambi Amagqubu(1 Kor. 13:5)Jabulela Iqiniso, Hhayi Ukungalungi(1 Kor. 13:6)Lubekezelela, Lukholelwe, Luthembe,Lukhuthazelele Zonke Izinto(1 Kor. 13:7)Hlakulela Uthando OlungasozeLwaphela (1 Kor. 13:8)
10:50 INgoma No. 72 Nezaziso
11:00INKULUMO YEBHAYIBHELI YENINGI:UJesu Kristu, Umnqobi Wezwe—Kanjani Futhi Nini? (Joh. 16:33;IsAm. 6:2; 17:12-14)
11:30 ISifundo Se-Nqabayokulinda
12:00 INgoma No. 136 Nekhefu
NTAMBAMA
1:15 Umculo
1:25 INgoma No. 108
1:30Labo Abalingisa UJesu BazotholaInkululekoYangempela(Lev. 25:10-12; IzE. 3:21)
1:50IDRAMA: ‘Ngokuqinisekile UNkulunkuluWamenza INkosi NoKristu’—INgxenye II(Math. 16:13-20; Joh. 9:1-41;11:1-44; IzE. 1:1-11; 2:31)
2:20 INgoma No.109 Nezaziso
2:30Njengoba Isiphepho Sisondela, GxilaKuJesu! (Math. 14:22-34; Heb. 12:2)
3:25 INgoma No. 17 NomthandazoWokuphetha
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 6: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/6.jpg)
1. Yek’ uthando l’ka Jah,As’bonisa lona,
Ngokuthumela iNdodana yakhe.Yaba njengesinkwa,
Sokondla abantu,Bazuze ukuphila phakade.
2. UKristu was’fundisaukuthandaza,
Ukungcwelisa igama l’kaYise.Uk’fika koMbuso
Intando yenziwe.Asiphe isinkwa mihla yonke.
3. UJesu wafundis’Iqiniso ngoJah
Eduduza zonke izimvu zakhe.Mas’hlwanyel’ imbewu
Khona siyovuna.Injabulo nokwaneliseka.
9:10INGOMA NO. 5UKristu, Isibonelo Sethu(Roma 5:8)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 7: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/7.jpg)
9:20INKULUMO KASIHLALO:Lingisa UJesu—Kungani Kufanele Simlingise FuthiSingamlingisa Kanjani?(Luka 6:40)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 8: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/8.jpg)
10:00UCHUNGECHUNGE: Izifundo Esizithola Emifanekisweni KaJesuQaphelani Izinyoni Neminduze(Math. 6:25-30)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 9: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/9.jpg)
10:00UCHUNGECHUNGE: Izifundo Esizithola Emifanekisweni KaJesu“Yibani Nosawoti Kini Ngokwenu”(Marku 9:50)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 10: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/10.jpg)
10:00UCHUNGECHUNGE: Izifundo Esizithola Emifanekisweni KaJesuYakha Indlu Yakho Phezu Kwedwala(Luka 6:47-49)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 11: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/11.jpg)
1. Masilalele uKristu ngezenzo.Iz’mfundiso zakhe ziqondile.
Ukuzazi kuyasijabulisa,Siyobusiswa masiz’lalela.
(CHORUS)Lalela, ubusiswe
Lapho uzwa im’yalo.Ngena ekuphumuleni kwakhe,
Lalela ubusiswe.
2. Ukulalela kuyasivikelaNjengendlu eyakhiw’ edwaleni.
Uma silalela iziqondiso,Siyokujabulela uk’phila.
(Chorus)
3. Njengomuthi ongasemifuleniOthel’ izithelo ngesikhathi,
Uma silalela uNkulunkulu,Siyobusiswa ngokucebile.
(Chorus)
10:50INGOMA NO. 120Lalela, Ubusiswe(Luka 11:28)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 12: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/12.jpg)
11:00 Landela Isibonelo SikaJesu—Qhubeka Ucela, Ufuna Futhi Ungqongqoza!(Luka 11:9-13; 22:41-44)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 13: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/13.jpg)
11:25INKULUMO EYISIHLUTHULELO:‘Kuye Kuthukuswe Yonke ImiceboYokuhlakanipha’(Kol. 2:2-4; Math. 5:17-20, 43-48)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 14: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/14.jpg)
1. Sihlangene ndawonye Nkulunkulu,Njengoba nje usimemile.
IZwi lakho Jehova liyis’bani,Umthombo wemfund’ ephakeme.
(CHORUS)Ngifundise izindlela zakho;Ngenze ngizw’ umthetho wakho Nkosi.
Ngihambe ezindleleni zakho,Ngijabulele umthetho wakho.
2. Ukuhlakanipha kwakho kukhulu;Nezinqumo zakho Jehova.
IZwi lakho lis’shiya sikhexile;Amazwi akh’ akhona njalo.
(Chorus)
11:55INGOMA NO. 69Ngenze Ngazi Izindlela Zakho(IHu. 25:4)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 15: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/15.jpg)
1. Baba Nkosi, yizwa le ngoma.Jehova, ngiyinceku yakho.
Igama lakho l’khul’ impela.
(CHORUS)Jehova yizwa lo mthandazo.
2. Ng’yakubonga ngalolu suku,Uk’phila nez’qondiso zakho.
Usinakekela ngothando.
(Chorus)
3. Ngiyathanda ukwenz’ okuhle!Ngisize ngihamb’ ek’khanyeni.
Nginik’ amandl’ ok’khuthazela.
(Chorus)
1:15INGOMA NO. 56Yizwa UmkhulekoWami(IHu. 54)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 16: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/16.jpg)
1:20 Hlabelela Izindumiso Ulingisa UJesu(Eks. 15:1, 2, 21; Math. 26:30; 2 Kor. 8:12; Kol. 3:16)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 17: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/17.jpg)
1:45UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJehova Ngokulingisa UJesu (Johane 14:9)“Susani Lezi Zinto Lapha!”(Joh. 2:13-17)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 18: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/18.jpg)
1:45UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJehova Ngokulingisa UJesu (Johane 14:9)“Waqala Ukugeza Izinyawo Zabafundi”(Joh. 13:3-5)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 19: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/19.jpg)
1:45UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJehova Ngokulingisa UJesu (Johane 14:9)“Hamba, Sathane!”(Math. 4:8-11)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 20: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/20.jpg)
1:45UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJehova Ngokulingisa UJesu (Johane 14:9)“Kufeziwe!”(Joh. 19:30; Isaya 55:10, 11)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 21: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/21.jpg)
1:45UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJehova Ngokulingisa UJesu (Johane 14:9)“Bayajabula Abanokuthula”(Math. 5:9; Luka 24:34)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 22: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/22.jpg)
1:45UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJehova Ngokulingisa UJesu (Johane 14:9)Buyiselani “Izinto ZikaNkulunkulu KuNkulunkulu”(Math. 22:15-22)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 23: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/23.jpg)
1. Ubuhle bukaJehovaBuyasijabulisa.
Zonke izindlela zakhe,Zibonisa ubuhle.
Unesihe nobubele,Okungenamkhawulo;
Ufanelwe uk’dunyiswaSimkhonze ngenjabulo.
2. Wasenza saba njengayeUkuze simlingise
Sibonise izitheloZobuKristu nobuhle.
Masithuthukis’ ubuhle,Neziny’ izimfanelo.
Sithandazele umoya,Sithele izithelo.
3. Masibonise ubuhleKubazalwane bethu.
Sibabonise umusa,Sibenzele okuhle.
Njengoba sishumayelaIzindaba ezinhle,
Singalokothi sikhethe;Siphelelis’ ubuhle.
2:50INGOMA NO. 80ImfaneloYobuhle(IHu. 119:66)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 24: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/24.jpg)
3:00IDRAMA:‘Ngokuqinisekile UNkulunkulu WamenzaINkosi NoKristu’—INgxenye I(Marku 5:22-43; Luka 2:7-14, 42-47; 4:1-30; 8:40-56)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 25: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/25.jpg)
3:35 “Wazwiwa Ngomusa Ngenxa Yokwesaba KwakheKokuhlonipha UNkulunkulu”(Heb. 5:7; Math. 10:27-31; 1 Pet. 3:14)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 26: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/26.jpg)
3:55 UJesu Wazela “Ukufuna NokusindisaLokho Obekulahlekile”(Luka 15:4-10; 19:10)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 27: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/27.jpg)
1. Njengoba sikhonz’ uJehovaKumelwe sikhuthazane,
Siqinis’ iz’bopho zothando;Senze im’sebenz’ emihle.Uthando lwabantu bakaJahLusenza sikhuthazele.
Ibandla liyisiphephelo,Kulo sithol’ uk’londeka.
2. Amazwi ayisikhuthazoAyaduduza ngempela!
Siwathola kubafowethuEsibathanda kakhulu.Kuyilungelo elikhuluUkukhonza kanye nabo!
Sifuna ukuqinisanaSithwalisan’ imithwalo.
3. Ngamehlo okholo sibonaUsuku lukaJehova,
Masingayek’ ukuhlanganaSihambe ngokwethembeka.Sinethemba lokuqhubeka,Sikhonza uNkulunkulu.
Ngakhoke siyokhuthazanaSigcin’ ubuqotho bethu.
4:30INGOMA NO. 121Khuthazanani(Heb. 10:24, 25)
ULWESIHLANU UMGQIBELO ISONTO
![Page 28: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/28.jpg)
1. Siyajabula ngokwazi uJah,EZwin’ lakhe s’funda:
Ukuthi nom’ enamandla onke,Ubonis’ um’sa wothando.
2. UKrist’ umema abakhatheleBonk’ abasindwayo.
Mabathathe ijoka lomusa,Linikeza impumuzo.
3. Masihlakulel’ izimfanelo,Z’ka Kristu noYise.
Ngazo zonke iz’khathi sifunaUk’lingis’ umusa wabo.
9:10INGOMA NO. 79Amandla Omusa(Efe. 4:32)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 29: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/29.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJesu, Hhayi USathaneYiba Ophanayo(Luka 14:13, 14)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 30: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/30.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJesu, Hhayi USathaneYiba Nokwazisa(Luka 7:44)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 31: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/31.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJesu, Hhayi USathaneYiba Neqiniso(Math. 5:37)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 32: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/32.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJesu, Hhayi USathaneYiba Qotho(Joh. 13:1; Efe. 4:24)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 33: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/33.jpg)
10:00UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJesu, Hhayi AbaFarisiYiba Ocabangelayo(Math. 23:23, 24)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 34: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/34.jpg)
10:00UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJesu, Hhayi AbaFarisiThethelela(Math. 18:22; Joh. 21:15-17)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 35: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/35.jpg)
10:00UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJesu, Hhayi AbaFarisiUngakhethi(Marku 10:13-15)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 36: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/36.jpg)
10:00UCHUNGECHUNGE: Lingisa UJesu, Hhayi AbaFarisiYiba Oqabulayo Kwabanye(Math. 11:28-30)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 37: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/37.jpg)
1. Kaningi uJah wayekhulumaNgabaprofethi bak’dala.
Namhla uthi ‘bonke baphenduke,’Sitshelwa yiNdodana.
(CHORUS)Ingabe sinal’ ukholo,Ukholo ol’nemsebenzi?
Sidinga ukhol’ ol’njalo.Yilona oluyosisindisa.
2. Silalel’ umyalo weNdodanaWok’memezela ngoMbuso.
Ngenkululeko yokukhuluma;Asil’fihl’ iqiniso.
(Chorus)
3. Ukholo lwethu lunjengehange;Ngeke sihlehlel’ emuva.
Noma singavukelwa yizitha,Insindis’ isondele.
(Chorus)
10:40INGOMA NO. 54Kumelwe Sibe Nokholo(Heb. 10:38, 39)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 38: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/38.jpg)
10:50UCHUNGECHUNGE: Yenza Umsebenzi UJesu Awenza (Mathewu 4:23)Shumayela(Marku 1:38)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 39: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/39.jpg)
10:50UCHUNGECHUNGE: Yenza Umsebenzi UJesu Awenza (Mathewu 4:23)Fundisa(Luka 24:32)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 40: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/40.jpg)
10:50UCHUNGECHUNGE: Yenza Umsebenzi UJesu Awenza (Mathewu 4:23)Phulukisa(IzAga 12:18; Gal. 6:1)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 41: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/41.jpg)
11:25INKULUMO YOBHAPATHIZO:“Landela Izinyathelo Zakhe Eduze”—Ngemva Kokubhapathizwa(1 Pet. 2:21)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 42: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/42.jpg)
1. UNkulunkul’ uJehovaWenz’ indalo yonke,
Umhlaba nes’bhakabhaka,Konke kungokwakhe.
Ukuphila kuyisiphoEsivela kuye
Ufanelwe ukudunyiswa,Yindalo yakhe yonke.
2. UJesu wabhapathizwaEgcwalis’ uk’lunga.
Intando kaYise wathi:‘Ngiz’nikel’ uk’yenza.’
Nxa ephuma eJordaniEsengogcotshiwe,
Wayezokhonza ngobuqothoNjengeNkos’ ez’nikele.
3. Siza kuwena Jehova,Sizokudumisa.
Sizithoba ngenhliziyoSiyaz’nikezela.
Wanikela ngeNdodana,Yaba isihlengo.
Asisaziphileli thina,Senza intando yakho.
11:55INGOMA NO. 7Ukuzinikezela KobuKristu(Heb. 10:7, 9)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 43: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/43.jpg)
1. UJesu wayengumuntu omkhulu;Nokho akalokothanga aqhoshe.
Wathola ilungelo elikhulu;Nokho wathobeka enhliziyweni.
2. Nonke nina enithwele kanzima,Uthi kini, thathan’ ijoka lakhe.
Niyozitholela uk’qabuleka.INkos’ iyabathanda abamnene.
3. ‘UJesu wathi singabazalwane.Masingalokothi siz’khukhumeze.
Abamnene bayigugu kuMdali;Bayodla iPharades’ emhlabeni.
1:25INGOMA NO. 82Lingisa Ubumnene BukaKristu(Math. 11:28-30)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 44: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/44.jpg)
1:30UCHUNGECHUNGE: Lingisa Indlela UJesu Asebenzisa Ngayo AmandlaAbasha Bethu Esibathandayo(IzAga 20:29)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 45: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/45.jpg)
1:30UCHUNGECHUNGE: Lingisa Indlela UJesu Asebenzisa Ngayo AmandlaAbathembekile Abangashadile(1 Kor. 7:32-35, 37)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 46: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/46.jpg)
1:30UCHUNGECHUNGE: Lingisa Indlela UJesu Asebenzisa Ngayo AmandlaAbafazi Abayigugu(IzAga 14:1; 27:15, 16; 31:17)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 47: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/47.jpg)
1:30UCHUNGECHUNGE: Lingisa Indlela UJesu Asebenzisa Ngayo AmandlaAmadoda Anothando(1 Kor. 11:3; Heb. 13:8)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 48: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/48.jpg)
1:30UCHUNGECHUNGE: Lingisa Indlela UJesu Asebenzisa Ngayo AmandlaAbazali Abahlakaniphile(Marku 10:14, 16)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 49: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/49.jpg)
1:30UCHUNGECHUNGE: Lingisa Indlela UJesu Asebenzisa Ngayo AmandlaAbadala Abanomusa(Jak. 5:16)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 50: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/50.jpg)
1. Njengoba sishumayela,Njengoba sifakaza,Baning’ abas’phikisayoAbasihlazisayo.Kunokwesab’ abantu,Kumelwe s’lalele wena.Manje sicel’ umoya wakho;O Jehova, s’yakhuleka.
(CHORUS)Sinikeze isibindi;Sinqobe ukwesaba.Siphe ukuqinisekaUkuze bezwe bonke.I-Armagedon’ iyeza,Ngaphambi kwalolo suku,Sinikeze isibindi.S’yakhuleka.
2. Ngisho noma singesaba,Uyazi siluthuli.Siyazi uzosiphasaFuthi siyakwethemba.Lalela izinsongoZabasihlambalazayo.Sisize sonke siqhubekeSikhuluma ngesibindi.
(Chorus)
2:30INGOMA NO. 137Sinikeze Isibindi(IzEnzo 4:29)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 51: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/51.jpg)
2:40 Landela UJesu, Kodwa Ungamlandeli ‘Ukude’(Luka 22:54)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 52: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/52.jpg)
3:05 Qeqesha, Uthembe Futhi Uqinise AbanyeNjengoba Kwenza UJesu(Luka 8:1; 9:1; 10:1)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 53: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/53.jpg)
3:30IDRAMA ELALELWAYO:“Ngizele Lokhu Ezweni”(Joh. 18:37; Math. 21:23-46; 22:15-46)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 54: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/54.jpg)
3:55 Hlomani Ngesimo Sengqondo SikaKristu(Math. 4:8-10; 8:1-3; Joh. 2:13-17; 1 Pet. 4:1, 2)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 55: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/55.jpg)
1. Kunendlela yok’thul,Enihamba ngayo.
Nifundile ngayo,Kudala ikhona,
Nay’funda kuJesuLapho eniyala.
Le ndlela siy’thola,EZwini likaJah.
(CHORUS)Nans’ iNdlela; INdlela yok’phila.Ungavumi Ukuphambukiswa!
UJah uthi: ‘Nansi iNdlela;Ungahlehli, yebo nans’ iNdlela.’
2. Kunendlela enhle,Indlela yothando.
Sifundiswa ngayoEZwini leNkosi.
Uthand’ oluqotho;Olufudumele.
Konk’ esikwenzayo;Kuqhutshwa uthando.
(Chorus)3. Kunenye indlela,
Indlela yok’phila.Nayo siy’fundiswa:Nguye uJehova,
Asinak’lokotha,Sibheke emuva.
Siyabonga Baba,Nkulunkulu wethu.
(Chorus)
4:30INGOMA NO. 65“Nansi Indlela”(Isaya 30:20, 21)
UMGQIBELOULWESIHLANU ISONTO
![Page 56: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/56.jpg)
1. Yeka uthando l’kaJesuLapho eshiya izulu
Aphile nabantu,Abafundise;
Iqiniso likaYise.Waba yinduduzo k’bantu,Welapha abagulayo.
Wathembek’ esabelweni sakheNgothando wathi: “Ng’yathanda.”
2. Yeka usizo lukaJahLwencek’ ethembekileyo,
Esikhonza nayo,Ngokukhuthala,
Kusindiswe abamnene.Abampofu bangabonaUma sibathand’ impela.
Uma abampofu bekucela,Mane nje uthi: “Ng’yathanda.”
9:10INGOMA NO. 84“Ngiyathanda”(Luka 5:13)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 57: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/57.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’ (Johane 13:34, 35)Bonisa Ukubekezela Nomusa(1 Kor. 13:4)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 58: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/58.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’ (Johane 13:34, 35)Gwemani Umhawu Nokuzigabisa(1 Kor. 13:4)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 59: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/59.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’ (Johane 13:34, 35)Lahla Ukuqhosha Nezenzo Ezingafanele(1 Kor. 13:4, 5)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 60: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/60.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’ (Johane 13:34, 35)Yeka Ukuzicabangela Nokucasula Abanye(1 Kor. 13:5)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 61: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/61.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’ (Johane 13:34, 35)Ungabambi Amagqubu(1 Kor. 13:5)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 62: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/62.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’ (Johane 13:34, 35)Jabulela Iqiniso, Hhayi Ukungalungi(1 Kor. 13:6)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 63: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/63.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’(Johane 13:34, 35)Lubekezelela, Lukholelwe, Luthembe,Lukhuthazelele Zonke Izinto(1 Kor. 13:7)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 64: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/64.jpg)
9:20UCHUNGECHUNGE: ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’ (Johane 13:34, 35)Hlakulela Uthando Olungasoze Lwaphela(1 Kor. 13:8)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 65: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/65.jpg)
1. Siyakhuleka kuJehova,Sicel’ izimfanelo zakhe.Kodw’ ebaluleke kakhuluUthando ol’vezwa umoya.Noma singaba namakhono,As’lutho uma s’ngenal’thando.Masihlakulele uthando;Sijabulise uJehova.
2. Lapho sifundisa abanye,Akwanele uk’hlakanipha.Kudingeka s’bonis’ uthando,Ngamazwi nangezenzo zethu.Uthando l’senza s’bekezele,S’khuthazelel’ izinkathazo.Ngakho ‘ma s’khandleka s’khumbule,Uthando al’soze lwaphela.
10:50INGOMA NO. 72Ukuhlakulela ImfaneloYothando(1 Kor. 13:1-8)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 66: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/66.jpg)
11:00INKULUMO YEBHAYIBHELI YENINGI:UJesu Kristu, Umnqobi Wezwe—Kanjani Futhi Nini?(Joh. 16:33; IsAm. 6:2; 17:12-14)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 67: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/67.jpg)
11:30 ISifundo Se-Nqabayokulinda
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 68: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/68.jpg)
1. Jah, ubulokhu ukhona,Uyolokh’ ukhona.
INdodana iyabusa;Uthe mayibuse.
Manje uMbuso uzelwe;Uyobusa wonk’ umhlaba.
(CHORUS)Manje usukhonaUmbuso kanye namandla.
UMbus’ umisiwe.Sithi: “Mawuze, Mawuze!”
2. UDeveli uzochithwa;Siyaqiniseka.
Yize sinezingcindezi,Sinamehl’ okholo.
Manje uMbuso uzelwe;Uyobusa wonk’ umhlaba.
(Chorus)
3. I’ingelosi ziyethabaZiyahalalisa
Ngoba liphume nobovuOmub’akasekho.
Manje uMbuso uzelwe;Uyobusa wonk’umhlaba.
(Chorus)
12:00INGOMA NO. 136UMbuso Umisiwe—Mawuze!(IsAm. 11:15; 12:10)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 69: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/69.jpg)
1. UKrist’ usesihlalweniUzobusa abantu.
Abahlulele ngokulunga,Kwenziwe intando kaJah.
(CHORUS)Dumisan’ uJah ngogcotshiwe.
Nonke nina zimvu zakhe,Enimkhonza ngobuqotho njalo
nenze intando yakhe.Dumisani uJah ngoKristu,
iNkosi yasezulwini,Inamandla futhi iphakeme
Idumis’ uJehova.
2. AmaKristu agcotshiwe.Azobusa noKristu.
EMbusweni kaNkulunkuluAlethe iPharadesi.
(Chorus)
1:25INGOMA NO. 108Dumisani UJehova Ngenxa YoMbusoWakhe(IsAm. 21:2)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 70: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/70.jpg)
1:30 Labo Abalingisa UJesu BazotholaInkululekoYangempela(Lev. 25:10-12; IzEnzo 3:21)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 71: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/71.jpg)
1:50IDRAMA:‘Ngokuqinisekile UNkulunkulu WamenzaINkosi NoKristu’—INgxenye II(Math. 16:13-20; Joh. 9:1-41; 11:1-44; IzEnzo 1:1-11; 2:31)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 72: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/72.jpg)
1. Dumis’ iZibulo,INkosi emisiwe.
Ibusa ngobuqotho;Iyoleth’ iz’busiso.
Iyolwela udumoLwegama likaJah,
Ubukhosi bukaJah,Ibumemezele.
(CHORUS)Dumis’ iZibulo!LikaNkulunkul’ wethu.
Limisiw’ eZiyoni,Seliqalil’ uk’busa!
2. Dumis’ iZibulo,Elafa ngenxa yethu.
Lakhokha isihlengo;Ukuze s’thethelelwe.
Umlobokazi walo,Wembeth’ okumhlophe.
Uyobusa noKristuEMbusweni kaJah.
(Chorus)
2:20INGOMA NO. 109Dumisani IZibulo LikaJehova!(Heb. 1:6)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 73: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/73.jpg)
2:30 Njengoba Isiphepho Sisondela,Gxila KuJesu!(Math. 14:22-34; Heb. 12:2)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO
![Page 74: LINGISA UJESU! · ngokusekela kwenu izithakazelo zoMbuso ngesa-ndla esivulekile. USIZO LOKUQALA Sicela nikhumbule ukuthi lo mnya-ngo uhloselwe IZIMO EZIPHUTHUMAYO KUPHELA. OBEKULAHLEKILE](https://reader031.vdocuments.net/reader031/viewer/2022021608/5e4e65326e0f2f3e7c3a184f/html5/thumbnails/74.jpg)
1. Izinceku kules’khathi sok’phela,Zizimiseleukulwela uMbuso.
Nom’ uSathan’ es’phatha kabi,Ngamandla kaJehov’ asidangali.
(CHORUS)Qhubekan’ boFakazi, nibe nes’bindi!Jabulelani umsebenzi weNkosi!
Memezelani, izw’ elisha l’seduzeNezibusiso zalo z’seduze.
2. Siyazi ngeke siphile kalula;Ababi bazonda igama likaJah.
Sihlala singenal’ ibala,Silondoloze ubuqotho bethu.
(Chorus)
3. Ithemba loMbuso liyajivazwaIgama l’kaJehova l’yahlanjalazwa.
Masilingcwelise ezweni,Silimemezele nasezizweni.
(Chorus)
3:25INGOMA NO. 17Phambili, Nina BoFakazi!(Luka 16:16)
ISONTOULWESIHLANU UMGQIBELO